Ukhozi FM TV
Ukhozi FM TV
  • 328
  • 2 162 891
Ukhozi FM TV: Hollywoodbets Durban July 2024 - Ride the wave
Selufikile usuku olukhulu lwe-Hollywoodbets Durban July eThekwini. Baphumile bonke abantu abathanda loluhlobo lomdlalo wamahhashi kanye nabathandi bemfashini.
Ukhozi FM TV lumenywe uPrince Thabiso Mkhize we-Prince Bespokes ukuzohlaziya indikimba yakulonyaka yomcimbi i-#HDJ2024 ethi “Ride the wave” ephinde eqagule ukuthi singalindelani kwezemfashini kule-Durban July 2024.
I-Hollywoodbets Durban July umcimbi waminyaka yonke obanjelwa eGreyville Racecourse, ungeminye yemicimbi emikhulu eneqhaza ekudaleni amathuba emisebenzi futhi ukhuphule ezomnotho kuleli.
Thokozela lesiqephu esizokusiza uqondisise kabanzi ngemfashini ozobe uyibona ko red carpet be-Hollywoodbets Durban July.
#HollywoodbetsDurbanJuly2024 #UkhoziFMTV #PrinceBespokes #UkhoziFM #HDJ2024
Переглядів: 229

Відео

Ukhozi FM TV beluvakashele eK-CAP
Переглядів 1824 години тому
Ezinyangeni ezimbalwa ezedlule Ukhozi FM TV luthole ithuba lokuyothamela umcimbi wokubangaza iskhungo iK-Cap, esesibekhona saphinde sasebenza iminyaka engamashumi amathathu, njengentando yeningi yaseningizimu Afrika. I-KCAP noma i-Ekhaya Multi-Arts Centre Kwa Mashu eyasungulwa uMnu Edmund Mhlongo osengumqondisi manje. Lomcimbi ubuhanjelwe izihambeli eziningi zizobungaza lempumelelo yokugcina le...
Kuvulwe ngokusemthethweni inkundla ye-Basketball🏀 eThekwini, Florida Road
Ukhozi FM TV lwaluthamela usuku olukhulu lokuvulwa ngokusemthethweni kwenkundla yebhola lohlobo lwe Basketball 🏀 eyayivulwa ku Florida road eThekwini. Kwakukhona izihambeli eziphezulu nosaziwayo kanye nontanda kubukwa base Thekwini ngalolusuku. UMuzi Mthabela oshayela Ukhozi FM TV ukwethulela konke okwakwenzeka Thokozela lesiqephu, esikuthatha sikubeke ngakho konke okwakwenzeka ngaloluyasuku #I...
Uhambo noNonkulunkulu: Sthabile Nxumalo
Переглядів 6327 годин тому
Umuntu nomuntu unohambo lwakhe, namhlanje sixoxa no-Sthabile Nxumalo ngohambo lwakhe. Ukhozi FM TV belumenyiwe ohlelweni #Eshilo oludlala njalo ngeSonto kusukela ngo 09h00 - 12h00 olushayelwa uThembeka Zondo-Cele obambele uZanele Mbokazi, ngaphansi kwengosi ethi #UhambonoNkulunkulu. Kulesiqephu uSthabile usixoxela ngempilo yakhe kanye nangesikhathi ethola umbiko kaDokotela ethi unesifo somdlavu...
Ukhozi FM TV: DR Gcina Mhlophe
Ukhozi FM TV luthole ithuba eliyingqayizivele lokuyovakashela uDR Gcina Mhlophe emzini wakhe, okuyilapho asenze khona umsebenzi omkhulu akha Indlu yamagugu "Memory house", Peace garden, kanye ne hovisi lakhe okusho ukuthi wonke umsebenzi wakhe uyakwazi manje ukuwenzela ekhaya, lapho ehlala khona. UDR Gcina Mhlophe lokhu kwathi nhlo ungumuntu wezindatshana, nezinganekwane uyakwazi ukulandisa ind...
Ukhozi FM TV: Sihleli Ekhoneni EP:4 [Youth Month Dialogues]
Переглядів 6 тис.9 годин тому
Umsakazo wakho Ukhozi FM waba nengxoxo ngosuku lwentsha eNingizimu Afrika usuku elaziwa ngokuthi uJune 16. Kwamenywa intsha lena ebakhona njalo ngoLwesine ohlelweni #UbusukuObuhle abenza ingosi ethi “s’hleli ekhoneni”. Kulesiqephu badingida zonke izindaba nezinkinga intsha ebhakana nazo. Kwa kukhona nabazo nandisa ekubalelwa kubo uMaka Thang’thini no Zuluboy kanye nesihambeli uDkt Mthethwa oway...
Uhambo noNonkulunkulu: Abongile Mangala
Переглядів 2,1 тис.21 годину тому
Umuntu nomuntu unohambo lwakhe, namhlanje sixoxa no-Abongile Mangala ngohambo lwakhe. Ukhozi FM TV belumenyiwe ohlelweni #Eshilo oludlala njalo ngeSonto kusukela ngo 09h00 - 12h00 olushayelwa uThembeka Zondo-Cele obambele uZanele Mbokazi, ngaphansi kwengosi ethi #UhambonoNkulunkulu. Kulesiqephu u-Abongile Mangala, owaziwa kakhulu njengomsakazi wezinye zeziteshi zakwa SABC, ongumshumayeli, aphin...
Ukhozi FM TV: Sihleli Ekhoneni EP:3 [Youth Month Dialogues]
Переглядів 262День тому
UNhlangulana yinyanga ebungazwa njenge nyanga yabantu abasha eNingizimu Africa (Youth Month). Kuyoke lenyanga sizobanezingxoxo ezifana nalena; abantu abasha “behleli ekhoneni”. Namhlanje sikhuluma ngesimo sempilo yomuntu omusha Thamela lengxoxo uzwe kabanzi ngemicabango yentsha ngezwe lethu. #UkhoziFMTV #UbusukuObuhle #30YearsOfDemocracy #UkhoziFM64
Ukhozi FM TV: Dr Sipho Sithole [American Students Exchange Program]
Переглядів 27014 днів тому
Ukhozi FM TV lwamenywa inkakha endimeni yezemfundo nomculo namasiko alapha eNingizimu Afrika uDr Sipho Sithole ukuthi sihambe naye nabafundi bakhe basemelika abafunda isiZulu, abafundiswa nguye njengoba enguthishela wezinye zezikhungo zemfundo ephakeme eMelika i-Howard University. Labafundi uze nabo lapha eNingizimu Afrika ngenhloso yokuzofunda kabanzi ngesizwe, ngolimi nangamasiko abantu bakwa...
Ukhozi FM TV: Sihleli Ekhoneni EP:2 [Youth Month Dialogues]
Переглядів 2,2 тис.14 днів тому
UNhlangulana yinyanga ebungazwa njenge nyanga yabantu abasha eNingizimu Africa (Youth Month). Kuyoke lenyanga sizobanezingxoxo ezifana nalena; abantu abasha “behleli ekhoneni”. Sikhuluma ngezingqinamba esibhekene nazo zesimo semfundo nokuthi lokhu kunamthelela muni ekutheni intsha eningi ayisebenzi. Ngabe iziphi izindlela okungenziwa ngazo ukuze amakhono adingakalayo atholakale kufundwe izinto ...
Ukhozi FM TV beluvakashele uDkt Lu Mhlongo umnikazi weNuma Medical Aesthetics
Переглядів 71321 день тому
Uma ungumlaleli womsakazo Ukhozi FM uyamazi uDkt Lu Mhlongo ngoba ukewaba kuhlelo i-#Dankie1223 kanye nakuhlelo i-#WozaNabanganiBakho ngaphansi kwengosi ethi Nans’imeyili. UDkt Lu ukewambona kwesinye seziqephu zoKhozi FM TV lapho ehambisana noZukhanye Ngetu ongu- Senior Producer: Continuity womsakazo Ukhozi FM. Uma sakuphutha lesiqephu, ungasithola kule link: ua-cam.com/video/AhPBO0meLMA/v-deo....
Ukhozi FM TV: Big 5 Agrics
Переглядів 34321 день тому
Ukhozi FM TV belusendaweni yase-Elandskop epulazini leqembu labafana abazibiza ngokuthi bayi-Big 5 Agrics.I- Big 5 Agrics yinkampani ephethwe ngabalingani abahlanu (5) ababenza uMatikuletsheni ngo-2023 eWeston Agricultural College. Iqembu le-Big 5 Agrics lihlanganisa uMawande Mbhele, uNelisa Sithole, uKhanya Makhathini, uSikahle Nxumalo kanye noMsizi Mlambo Kulesiqephu i-Big G Agrics isixoxela ...
Ukhozi FM TV: Sihleli Ekhoneni EP:1 [Youth Month Dialogues]
Переглядів 51928 днів тому
UNhlangulana yinyanga ebungazwa njenge nyanga yabantu abasha eNingizimu Africa (Youth Month). Kuyoke lenyanga sizobanezingxoxo ezifana nalena; abantu abasha “behleli ekhoneni”. Kulengxoxo badingida udaba okuphathelene nemiphumela yokhetho nokuthi leMphumela isho ukuthini kithi nasezimpilweni zethu. Thamela lengxoxo uzwe kabanzi ngemicabango yentsha ngezwe lethu. #UkhoziFMTV #UbusukuObuhle #30Ye...
Ukhozi FM TV lwavakashela uDr Sindiwe Magona
Переглядів 607Місяць тому
Ukhozi FM TV lwavakashela uDr Sindiwe Magona ingqalabutho yesishoshovu senkululeko ngokubhaliwe phansi. Uhumushela abezindaba abahlukahlukene, okuhlanganisa namafilimu, futhi waba nesandla ekukhiqizweni kwefilimu enesihloko esithi, Gugulethu, esiziqhenya ngayo eminyakeni engama-60 edlule. I-documentary, efakwe ohlwini lwabazokhethwa ku-Focal International Award e-London ngowezi-2019, ibheka umz...
Ukhozi FM umsakazo wakho owuthandayo ubungaza iminyaka engamashumi ayisithupha nane (64).
Переглядів 560Місяць тому
Ukhozi FM umsakazo wakho owuthandayo ubungaza iminyaka engamashumi ayisithupha nane (64). Sibonga asiphezi kuwe mlaleli ngokugcina iSteshi sakho sihamba phambili njalo. Ukhozi FM Luhamba Phambili! #UkhoziFM64 #UkhoziFM #30YearsOfDemocracy
Sibungaza i-Afrika Day!
Переглядів 391Місяць тому
Sibungaza i-Afrika Day!
Ubuhle nobubi bezinkundla zokuxhumana
Переглядів 795Місяць тому
Ubuhle nobubi bezinkundla zokuxhumana
Captains of Industry: Mnu Peter-Paul Ngwenya
Переглядів 641Місяць тому
Captains of Industry: Mnu Peter-Paul Ngwenya
Ukhozi FM TV: Mnu Fanie Jason
Переглядів 785Місяць тому
Ukhozi FM TV: Mnu Fanie Jason
Sikhuluma ngokujuluka ngokweqile noma ngokwedlulele okwaziwa njenge hyperhidrosis
Переглядів 580Місяць тому
Sikhuluma ngokujuluka ngokweqile noma ngokwedlulele okwaziwa njenge hyperhidrosis
Sikhuluma noDkt Mzwandile Plaatjie oneziqu eziyisikhombisa (7)
Переглядів 289Місяць тому
Sikhuluma noDkt Mzwandile Plaatjie oneziqu eziyisikhombisa (7)
Sihleli Ekhoneni: Ukubaluleka kwevoti lakho njengomuntu omusha
Переглядів 337Місяць тому
Sihleli Ekhoneni: Ukubaluleka kwevoti lakho njengomuntu omusha
Ukhozi FM TV: Capetown International Jazz Festival
Переглядів 507Місяць тому
Ukhozi FM TV: Capetown International Jazz Festival
Sikhuluma nge-baby mama/daddy drama
Переглядів 2,1 тис.2 місяці тому
Sikhuluma nge-baby mama/daddy drama
Funda kabanzi nge-Artificial Intelligence (AI)
Переглядів 2532 місяці тому
Funda kabanzi nge-Artificial Intelligence (AI)
Ukhozi FM TV: Mpumalanga Activation - Coyotes Lounge
Переглядів 922 місяці тому
Ukhozi FM TV: Mpumalanga Activation - Coyotes Lounge
Ukhozi FM TV: Metro FM Music Awards 2024
Переглядів 21 тис.2 місяці тому
Ukhozi FM TV: Metro FM Music Awards 2024
Sixoxa noDkt Futhi Mkhize ongumsunguli we-Dr Phyto Medicinal Plants
Переглядів 3332 місяці тому
Sixoxa noDkt Futhi Mkhize ongumsunguli we-Dr Phyto Medicinal Plants
Open letter: Abefundisi nemali
Переглядів 3312 місяці тому
Open letter: Abefundisi nemali
Open letter: Abefundisi nemali
Переглядів 1,1 тис.2 місяці тому
Open letter: Abefundisi nemali

КОМЕНТАРІ

  • @PretteYBawinile
    @PretteYBawinile 4 години тому

    Amen bayede konke kuhle

  • @NhlanhlaAyanda-bq6pb
    @NhlanhlaAyanda-bq6pb 6 годин тому

    My mentor wat yonke indoda ine plan

  • @PhumelelaMagada
    @PhumelelaMagada 7 годин тому

    NELISWA CELE UKHOZI FM TV HOST

  • @PhumelelaMagada
    @PhumelelaMagada 7 годин тому

    #16THCROWNSGOSPELMUSICAWARDS2023

  • @PhumelelaMagada
    @PhumelelaMagada 7 годин тому

    RADIO PARK #NELISWACELEUKHOZIFM #UKHOZIFMLUHAMBAPHAMBLI INKONZOLAKHOMKHULU NELISWA CELE UKHOZI FM TV HOST #NELISWACELEUKHOZIFM

  • @NomusaGabhisa-mc1ut
    @NomusaGabhisa-mc1ut 17 годин тому

    Cela nibafake naku TV😂😂😂❤

  • @khanyisilenyaweni7882
    @khanyisilenyaweni7882 День тому

    😂😂😂😂😂ngiganile hhaykakhulu

  • @PriscazaneleZanele
    @PriscazaneleZanele День тому

    Ukuzethemba kuka Stha,,ngiyabonga cc uyangiqinisa

  • @user-ij3fp6qx4p
    @user-ij3fp6qx4p День тому

    😂😂😂😂😂😂

  • @MobileRealityReveawsworldwide

    Wavela uNkulunku 🙌🙌

  • @Simplyduduvlogs
    @Simplyduduvlogs 2 дні тому

    😄😄😄

  • @fikiledorah8722
    @fikiledorah8722 3 дні тому

    Awu Zondo uthini manje impethu wena wageza ibodwe kwafa izimpethu impethu umaziqeda ukudla isidumbi zibe sezidlana zodwa😢

  • @scelowonkewonkembonane970
    @scelowonkewonkembonane970 3 дні тому

    Yayinhle iGuest weThembeka. Yooou ibika lakho Sis Thembeka. Siyabonga bimnandi iShow.

  • @fikiledorah8722
    @fikiledorah8722 3 дні тому

    You are given wisdom Ps Zondo you are a blessing to us

  • @NtokozoM_
    @NtokozoM_ 3 дні тому

    MakaTha noMaSibisi. ❤️

  • @zamokwethumvubelo5716
    @zamokwethumvubelo5716 3 дні тому

    Great interview!

  • @busizweephraimmagalela5385
    @busizweephraimmagalela5385 3 дні тому

    Mom Thembeka Zondo Kanti usamncane kanje,naze nabahle estudio

  • @nondumisotundube8616
    @nondumisotundube8616 3 дні тому

    Eloi😂😂😂

  • @zodawazungu5920
    @zodawazungu5920 5 днів тому

    I didn't hear him answering you about his social life,uphi unkosikazi ngimuzwe esho umfana wakhe,is he married or what,asizwanga lapho,

  • @user-vr9fe8sx2j
    @user-vr9fe8sx2j 5 днів тому

    Ohh am sooo blessed to see this man of God Abongile Mangala I listened him every Sunday morning in trufm "Isingqi se zulu"ow may God bless him and his family we thank God ngaye❤❤🎉🎉

  • @samklelolatakisa1846
    @samklelolatakisa1846 5 днів тому

    I have the exact same life experiences as him. I grew up in a mining town then we had to go to the rural areas while in preteens

  • @PhumelelaMagada
    @PhumelelaMagada 5 днів тому

    WENA WE NDLOVU BEYEDE HLADLATHI NDABEZITHA SIYABONGA SAWUBONA NDABEZITHA MTWANA THULANI ZULU UMLANDO NGAMAKHOSI ESIZWE SAMAZULU NGOKWELAMANA KWAWO MNGUNI LUZUMANA EARLY CETURY NTOMBELA ZULU SEZANGAKHONA 1227 1616 JAMA 1627 1763 SHAKA 1828 1785 1825 DINGANE 1788 1840 MPANDE 1788 1872 DINZULU 1968 1913 CESTHAWAYO 17868 1884 SOLOMON NKHANYISANA 1873 1933 ARTHUR EDW MSHYENI 1933 1948 NYANGZIZWE CYPIAN 1925 1968 1948 KING GOODWILL ZWELITHINI 1948 2021 QUEEN MANFOMBI DLAMINI 1956 2021 KING MISIZULU KAZWELITHINI 1971 #UKHOZIFMKINGMISIZULUKAZWELITHINI #MOSESMABHIDASTADIUMKINGMISIZULUKAZWELITHINI #SAMAZULUKINGMISIZULUKAZWELITHINI #AMAZULUAMABUTHOMAIDENSKINGMISIZULUKAZWELITHINI #CUTTINGEDGEZULU

  • @PhumelelaMagada
    @PhumelelaMagada 5 днів тому

    #MOSESMABHIDASTADIUMKINGMISIZULUKAZWELITHINI #MOSESMABHIDASTADIUMKINGMISIZULUKAZWELITHINI #MOSESMABHIDASTADIUMKINGMISIZULUKAZWELITHINI KING MISIZULU KAZWELITHINI

  • @babomthembu142
    @babomthembu142 6 днів тому

    Very good

  • @scelowonkewonkembonane970
    @scelowonkewonkembonane970 6 днів тому

    Mam Cele ave ukwazi ukwethula izihambeli - kade ngakunothisa Mphathi wethu wezeNkolo. Siyabonga Abongile ukwamukela isimemo kuHambo

  • @vusimngomezulu2500
    @vusimngomezulu2500 7 днів тому

    Which church are true according to the Bible in this world? Because many churches are not true according to this scriptures, Matthew 7:21-23,Roman's 10;1-3,2Corintians 11:12-15,2thimoty 4:3-4,2Peter 2:1-3,1John 4:1,and what is Christmas, Goodfriday and Easter according to the Bible?

  • @PhumelelaMagada
    @PhumelelaMagada 8 днів тому

    MSHAYI AND MR THELA DJ KOTINI FT BIG NUZ MSHAYI AND MR THELA HELLO #BEEDJTIRAUMHLOBOWENENENEFM #MSHAYIMRTHELADJTIRABEASTRSAKAPATOWN #DJKOTINIFTBIGNUZMSHAYIMRTHELAHELLO #MRTHELAFTRHASSIMPEPEPE #MRTHELAFTNOBANTUVIKALAZIMALI #MRTHELAFTSINOMSOLOHAMBANATHI #MRTHELAFTMELIBACELALOOKINGDREAMS #MRTHELATHUNDERSTORM #MSHAYIMRTHELADJTIRABEASTRSAKAPATOWN #DJKOTINIFTBIGNUZMSHAYIMRTHELAHELLO

  • @user-vf1ln8cw6n
    @user-vf1ln8cw6n 9 днів тому

    #16THCROWNSGOSPELMUSICAWARDS2023 #ESHILONOZANELEMBOKAZI #MASIBUYELEKUJEHOVA

  • @PhumelelaMagada
    @PhumelelaMagada 11 днів тому

    FNB STADIUM GAUTENG PROVINCAL SOUTH AFRICA #16THCROWNSGOSPELMUSICAWARDS #UKHOZIFMCROWNSGOSPELMUSICAWARDS2023 #12THCROWNSGOSPELMUSICAWARDS #NELISWACELEUKHOZIFM

  • @PhumelelaMagada
    @PhumelelaMagada 11 днів тому

    #16THCROWNSGOSPELMUSICAWARDS

  • @PhumelelaMagada
    @PhumelelaMagada 11 днів тому

    ZIYEZWAKHAIA IZIGI ZAMACROWNS GOSPEL AWARDS NJENGOBA ESESONDELE UKUHLANGULA IMBIKO IZIKHAKAMISO IMBONO NEZITHEMBISO EKUNGEZEKA ZIVELE KULENGOXO AKUZONA EZOKHOZI FM TV NEHIANGANO ISABC UKHOZI FM TV LUHAMBA PHAMBLI! #UKHOZIFMLUHAMBAPHAMBLI INKONZOLAKHOMKHULU NELISWA CELE UKHOZI FM TV HOST SABC RADIO PARK UKHOZI FM NELISWE CELE UKHOZI FM TV HOST ZANELE MBOKAZI BUSINESS WOMEN AUTHOR #16THCROWNSGOSPELMUSICAWARDS #12THCROWNSGOSPELMUSICAWARDS #AMACROWNSAWARDS2021 UKHOZI FM LUHAMBA PHAMBLI #UKHOZIFMCROWNSGOSPELMUSICAWARDS2023 #16THCROWNSGOSPELMUSICAWARDS #12THCROWNSGOSPELMUSICAWARDS

  • @PhumelelaMagada
    @PhumelelaMagada 12 днів тому

    INKONZOLAKHOMKHULU NELISWA CELE UKHOZI FM TV HOST

  • @PhumelelaMagada
    @PhumelelaMagada 12 днів тому

    NELISWA CELE UKHOZI FM TV HOST

  • @PhumelelaMagada
    @PhumelelaMagada 12 днів тому

    UKHOZI FM TV NELISWA CELE UMCULI WOMHLEIO INKONZOLAKHOMKHULU

  • @PhumelelaMagada
    @PhumelelaMagada 12 днів тому

    #UKHOZIFM #UKHOZIFMTV #UKHOZIFMLUHAMBAPHAMBLI

  • @PhumelelaMagada
    @PhumelelaMagada 12 днів тому

    #12THCROWNSGOSPELMUSICAWARDS #11THSABCROWNSGOSPELMUSICAWARDS #12THCROWNSGOSPELMUSICAWARDS #11THSABCROWNSGOSPELMUSICAWARDS #UKHOZIFMCROWNSGOSPELMUSICAWARDS2023

  • @PhumelelaMagada
    @PhumelelaMagada 12 днів тому

    #12THCROWNSGOSPELMUSICAWARDS #11THSABCROWNSGOSPELMUSICAWARDS #16THCROWNSGOSPELMUSICAWARDS #UKHOZIFMCROWNSGOSPELMUSICAWARDS2023 #UKHOZIFMLUHAMBAPHAMBLIBOPTV

  • @PhumelelaMagada
    @PhumelelaMagada 12 днів тому

    #CROWNSGOSPELMUSICAWARDS #CROWNS16 #STILLPRAISE #ANNEWSEASON #CROWNS16 #16THCROWNSGOSPELMUSICAWARDS MAMA MASIBUYELE KU UJEHOVA

  • @PhumelelaMagada
    @PhumelelaMagada 12 днів тому

    #NELISWACELEUKHOZIFM

  • @PhumelelaMagada
    @PhumelelaMagada 13 днів тому

    UKUHLANGULA IMBIKO IZIKHAKAMISO IMBONO NEZITHEMBISO EKUNGEZEKA ZIVELE KULENGOXO AKUZONA EZOKHOZI FM TV NEHIANGANO ISABC UKHOZI FM TV LUHAMBA PHAMBLI! #UKHOZIFMLUHAMBAPHAMBLI INKONZOLAKHOMKHULU NELISWA CELE UKHOZI FM UMCULI WOHLEIO

  • @Sibusisomlando
    @Sibusisomlando 13 днів тому

    Gud topic ❤❤😂🎉

  • @PhumelelaMagada
    @PhumelelaMagada 13 днів тому

    #CROWNSGOSPELMUSICAWARDS2023 #16THCROWNSGOSPELMUSICAWARDS #UKHOZIFMTVCROWNSGOSPELMUSICAWARDS

  • @dalenymzizi1606
    @dalenymzizi1606 13 днів тому

    All the best Sisi, Buka nje uphusha kanjani, kmele ngizokusiza,

  • @PhumelelaMagada
    @PhumelelaMagada 15 днів тому

    IMBIKO IZIKHAKAMISO IMBONO NEZITHEMBISO EKUNGEZEKA ZIVELE KULENGOXO AKUZONA EZOKHOZI FM TV NEHIANGANO ISABC UKHOZI FM TV #UKHOZIFM #CROWNSGOSPELMUSICAWARDS NELISWE CELE UKHOZI FM TV HOST ZANELE MBOKAZI BUSINESS WOMEN AUTHOR & PRODUCER

  • @PhumelelaMagada
    @PhumelelaMagada 15 днів тому

    #IZIGZAMACROWNSGOSPELAWARDS NJENGOBA ESESONDELE #UKHOZIFM #UKHOZIFMTV #IZIGIZAMACROWNSZIYEZWAKAIA UKUHLAGULA IMBIKO IZIKHAKAMISO IMBONO NEZITHEMBISO EKUNGEZEKA ZIVELE KULENGOXO AKUZONA EZOKHOZI FM TV NEHIANGANO ISABC UKHOZI FM TV - LUHAMBA PHAMBLI

  • @PhumelelaMagada
    @PhumelelaMagada 15 днів тому

    SISI ZANELE MBOKAZI MAMA ZANELE MBOKAZI #12THCROWNSGOSPELMUSICAWARDS

  • @PhumelelaMagada
    @PhumelelaMagada 15 днів тому

    DANGER MAMPINSTHA BIG NUZ

  • @PhumelelaMagada
    @PhumelelaMagada 15 днів тому

    #MANDLAMAMPINSTHAMAMPUMIOFUNERALSERVICESABCNEWS DJ KOTINI FT BIG NUZ MSHAYI AND MR THELA HELLO BIG NUZ

  • @PhumelelaMagada
    @PhumelelaMagada 15 днів тому

    LALA NGOXOLO MANDLA MAMPINSTHA MAMPUMIO BIG NUZ #MANDLAMAMPINSTHAMPUMIOFUNERALSERVICE

  • @PhumelelaMagada
    @PhumelelaMagada 15 днів тому

    #AMACROWNSAWARDS